Voir tous les livres de Siyanda Ngema

Siyanda Ngema - Livres et biographie

Mayelana noSiyanda Ngema

USiyanda Ngema wazalwa mhla ziyi-07 kuNhlangulana 1990, ezalelwa esibhedlela saseMdlovane (eGreytown Hospital). Wakhuliswa nguninakhulu owateta unina, endaweni yakwaHlomendlini, emakhaya. Waqala imfundo esemabangeni aphansi eRamlakan Primary School, okuyilapho afunda khona wabe esedlulela esikoleni sasoDumo, isikole samabanga aphezulu. ODumo yilapho afunda khona waze waphothula izifundo zakhe zikamatikuletsheni, ngo-2009.

Top ventes de l'auteur

Uphahla Lwezimanga

Uphahla Lwezimanga

Paru le 21 août 2023
2,99 €
TVA incluse
Indaba siyixoxelwa ngumfana omncane obizwa ngoSipho. Umfana lona wasuka nonina eMnambithi weza kwaDukuza emva kokuba unina ethole umsebenzi enkantolo yakwaDukuza. Umfana wayezama ukuba axhumane nonina kanye nomngani wakhe oyisihlobo sakhe. Kodwa ifuzela likaphindile lalikubhuntshisa... Voir plus

Tous ses livres

Affichage :

Trier par :